iSimangaliso Wetland Park Sifisa ukuqinisekisa isgameko sokugwiliza komlisa ompisholo oneminyaka elinganiselwa emashumini ababili nanye ubudala ogwilize eSt. Lucia e-Jabula Beach ngesonto lomhlaka 30 kuNdasa 2025.
Imibiko esatholakele iveza ukuthi ababhukudi abathathu babhekane nobunzima ngesikhathi bebhukuda, ababili bakhona ukubhukuda baphuma olwandle kodwa oyedwa wathathwa igagasi elinamandla. Abe- National Sea rescue Institute (NSRI) okuyinhlangano elekelela ukutakula abaminzayo ibiziwe ukuze ingenelele, ngesha umzimba awukatholakali kuze kube imanje.
iSimangaliso Wetland Park sifisa ukudlulisa okukhulu ukuzwelana nomdeni kanye nabangani baloyo olahlekileyo.
End
-End- Statement issued by iSimangaliso Wetland Park Authority Media enquires: MLO: Mr. Bheki Manzini Call/WhatsApp: 060 533 2082 Email: bhekimanzini@isimangaliso.com
Join the Conversation