iSimangaliso Wetland Park Logo
Latest News

iSìxwayiso ngokumele ukuqaphele

  • 19 November 2025
  • by Mnu. Bheki Manzini
iSìxwayiso ngokumele ukuqaphele

iSimangaliso sifisa ukuxwayisa umphakathi ngomuntu okhohlisa abantu efuna imali ngokuthi unokuxhumana neSimangaliso futhi uyalekelela ukuthola amathenda kanye neminye imihlomulo eseSimangaliso.



Umphakathi uyaxwayiswa ukuba ungabi izisulu zalenkohlakalo nokumele babikwe emaphoyiseni abenza lokhu. Oyisikhulu esiphezulu eSimangaliso uMnu. Bukhosini ufisa ukugcizelela ukuthi AKUKHO muntu okumele akhokhelwe imali.

Join the Conversation