Isimangaliso Wetland Park Sibungaza Usuku Lwamaxhaphosi
iSimangaliso Wetland Park siyakuthakasela ukubungaza usuku lwamaxhaphosi, okuwukuthi lolu usuku olubungazwa ngomhlaka-2 kuNhlolanja minyaka yonke. Njengoba iSimangaliso kuyinhlangano eyaziwa umhlaba wonke, samukela isiqubulo sakulo nyaka ka-2025...