
Ungqongqoshe uvakashele iSimangaliso Wetland Park
29 March 2023
Elinye ilungu lomphakathi laveza usizi ababhekene nalo kwathi kusenjalo lagajwa usizi kwehla izinyembezi ngenxa yomonakalo odwalwa izikhukhula kanye nokucwila kwamasimu abo emanzini. Ukucwila kwamasimu emanzini inking ebhekene nabalimi abahwebayo kanye nabalimi abancane futhi akulula ukuqagela ukuthi ukuvuleka komlomo njengoba uzivulekele wona ngokwemvelo kuzoluqeda yini lolu size. Noma kunjalo, iSimangaliso sisebenzisana nababambe iqhaza kuso ukusungula kanye nokwenza izinhlelo ukulungisa lesi simo esikhathaza izimpilo zabantu abakhelene nePak
End
-End- Statement issued by iSimangaliso Wetland Park Authority Media enquires: MLO: Mr. Bheki Manzini Call/WhatsApp: 060 533 2082 Email: