Ezokuvakasha kanye nokuhwebelana ngenzuzo impela kuyanqoba iSimangaliso wetland park
uNgqongqoshe kazwelonke wezamahlathi, ukudoba kanye nezemvelo uNksz. Barbara Creecy uwuhlobo loNgqongqoshe oluwukhathalela kakhulu umsebenzini wakhe, lokhu bekushiwo umphakathi ngenkathi kunemihlangano lapho uNgqongqoshe ebehlanganyela khona nemiphakathi ezindaweni...